Umshado wami, Umshado wakho/ South African Marriage and Life Academy

Umshado wami, Umshado wakho/  South  African Marriage and Life Academy Family, marriage SA Marriage and Life academy is a non profit organization aimed at supporting and promoting the value of marriage and family.

we aim to train the couples and people wanting to engage in heterosexual relationships on how to live within the values of great love and family lifestyle. we have resources like the book " umshado wami, umshado wakho" as well as "the fruit of love" to help couples and parents

10/05/2026

Sanibonani zithandani. So, namuhla sifisa ukunixoxela loludaba olubalulekile. Umshado, noma ngithi nje uthando lweqiniso olunezinhloso ezinhle, lubhekene nezimpi eziningi. Ezinye zalezozimpi zivela kwi past yazo izithandani qobo. Sometimes asazi nokuthi singayenza kanjani i past yethu ukuthi ingahliphizi uthando lwethu. N**i ke ezimnandi. KwaSamla we have seminars abhekana ngqo nokuthi each individual othandweni alungise eyakhe impilo ukuze ingabhidlizi uthando lwabo. So, get ready lets go.....

03/05/2026

Uma ufuna ukulunhisa umshado wakho, qala ngawe. Umuntu ushintshwa wu Nkulunkulu. Abaningi basezibhedlela zengqondo, abanye badla amapbilisi e depression, abanye bahamba ne stress, ngenxa nje yokuthi abaqondi ukuthi ushintsho oluka Nkulunkulu to do kumuntu wakhe. Have a peqceful and intentional day.

19/04/2026

We are luve at Umgungundlovu community radio. Uma ufisa ukuwina enye yezincwadi zalapha ekhaya, join us uzizwele ukuthi ungayiwina kanjani.

Zithandani. Uyeza umhlaka 14 February.  Ngicela ungihlebele bandla, uzosipha ini isithandwa sakho ngalolusuku. Ngeke ngi...
08/02/2026

Zithandani. Uyeza umhlaka 14 February. Ngicela ungihlebele bandla, uzosipha ini isithandwa sakho ngalolusuku. Ngeke ngimtshele
Share with us and stand a chance to win one of the two copies of my books
Comment and share the post. I comment ezoba nama likes amaningi kunawo wonke izowina one of the books.
Asixoxeni ke zithandani

06/01/2026


Ubokhumbula njalo ukuthi loluthando lokuqala kobudlelwane nalolu owangena ngalo emshadweni lusekhona namanje phakathi kwenu, ukuthi nje seluvuthiwe, selukhulile. Kumnandi ke kodwa ukuluvakashela lolothando lwakuqala. Uma usafisa ukuluzwa kufanele nenze izinto enanizenza ngalezonsuku. Usakhumbula kodwa ukuthi kwakwenzekani? Awusixoxele phela.

04/01/2026


Usathane uhlezi evivile esempini elwa nomshado wakho. Ngifisa ukukukhumbuza lamaqiniso amathathu ngomshado wakho namuhla. Uwakhumbule njalo ngoba yiwona azokusiza umelane namaqhinga esitha.
👇

02/01/2026

The good news about your relationship with your inlaws:
1. Bayakuthanda labobantu
2. They dont always know ukuthinkumele bakuthande kanjani.
3. Sometimes abazi ukuthi izinto abazenza kuwena ziyakulimaza, ngoba kubona zi normal.
Ungabasiza ngokuthi ubachazele uma kukhona ongakuthandi abakwenzayo.

02/01/2026

Izindaba ezimnandi ngomshado wakho:
1. Wena no spouse wakho are the best for each other.
2. Niyathandana kakhulu.
3. Niyafanelana at all levels....niya complementana.
Ungavumi bakukhohlise otherwise.

01/01/2026

Address

LOT 33 UITZOEK FARM
Pietermaritzburg
3201

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umshado wami, Umshado wakho/ South African Marriage and Life Academy posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Umshado wami, Umshado wakho/ South African Marriage and Life Academy:

Share