04/05/2026
Diary of an Incarcerated Revolutionary Fighter
Greetings comrades, colleagues and proletariat society at large
I am writing this article on Thursday, 28/04/26, a day after a bogus Freedom Day. I am saying this without a fear of self-contradiction as the latest developments at KwaSithebe industrial estate has indicated vividly that workers and the working class at large at KwaSithebe have nothing to celebrate as they remain oppressed, economically marginalized and continue to be economic spectators and subordinates in their own region and country.
These developments have clearly indicated without a shadow of a doubt that indeed the state is enemy number one of its own people. If there is anyone who is free, no one should celebrate and participate with full confidence in the festivities of a bogus Freedom Day.
It is the Chinese and Lesotho foreign nationals at KwaSithebe, Stanger, Mandeni, Newcastle, Ficksburg, Sasol and Ladysmith as they are indeed free from police harassment, free from the immigration laws of this country, free from employment laws of this country. Foreign nationals are free to take jobs from unemployed South Africans and when South Africans stand up to reclaim their territory, they are arrested if not continuously harassed by the state.
This is a syndicate where Chinese “investors” are slowly but surely masterminding and architecting modern day slavery with the guaranteed support from government officials, the organs of state including inter alia the police, local politicians and unjust justice system.
---
Hayi bo nakhu sengikwitiza kangaka sengikhohliwe ukuthi ngikhuluma nani 😄(lol). Empeleni article yamayelana nokuthi ngizethule kinina, umlando wami omfishane ukuze nizoqonda ukuthi ngisukaphi naloluhambo olugcine lungifaka lapho ngikhona namhlanje, ngikusho ngoba kukhona abazama ukufaka unyawo lwekewu ngokuthi bathi uMzimela uzifunela udumo nje futhi lona umkhankaso wakho wokuthi azibeke emathubeni okuthi angene kwaMaspala baze bagagule ngisho izikhundla bathi ngiyazifuna.
Bengingazike ukuthi mumva-nje ukuze ungene ezikhundleni kwaMaspala kufanele uboshwe, bengithi kudingeka imfundo nolwazi lwe- local and co-operative governance kodwa-ke angikho lapho. Ake ngizichaze ukuthi ngisukaphi nokuba yisishoshovu esilwela amalungelo abantu.
Ukuzalwa kwami, ukukhula kanye nokufunda kwami.
Ngazalelwa futhi ngakhulela eMandeni, eNdulunde eminyakeni engu-45 edlule.
Ngaqalaibanga lika first year (Grade 1) eHlangani Primary School ngo 1985, ngifunfiswa uMam Thabethe. Ngonyaka ka 1992 ngasondelana kakhulu negenge yakwa Sibiya kwaManzamnyama eyangicathulisa ngezimfundiso zika OR Tambo iwayekhona enguMebgameli weANC e-exile until kungene uNelson Mandela ngo 1991. Ngayithanda kakhulu into engangiyifundiswa yileziya-nsizwa ngase ngiba ngumlandeli omkhulu ka-ANC kusukela ngo 1992.
Kwathi ngo 1994 kubhekwe okhethweni, sabe sesiqala sisabalalisa izifundo zika ANC ezikoleni laphoke esabekwa amacala obuphekula, samiswa esikoleni. Kwabizwa umhlangano omkhulu wabazali kwabizwa neNduna uButhelezi owayekhona (Makhafilithi ongoyise wenduna ekhona njengamanje).
Elami icala kwakungelokuthi ngakhava I- exercise book lami le-Math ngesithombe sika OR Tambo, umngani wami omkhulu uMbongeni “Potsho” Sibiya (May His Soul Rest In Peace).
---
Wayebekwe icala loku sabalalisa amaflagi nama manifesto e ANC esikoleni. Saxoshwa ke esikoleni kwaphinda kwathiwa asisadingeki ezikoleni zase Ndulinde. Ngibe sengiyokwenza ugrade 7 wami eKuvukeni Primary School kusaphethe uMam Mabaso. Ngaqeda ngase ngiya eNkwenkwazi Secondary lapho ngafunda khona from 1995–99.
Ngonyaka ka 1999 ngenza matric ngaqokwa ukuba nguMengameli womkhandlu wabafundi, izikhundla engasiphatha kahle ngoba namanje uma ngihlangana nabafundi baseNkwenkwezi bangaleso sikhathi namanje bangibiza ngo “Pres”. Phakathi kwezinto engazenza ngempumelelo ukuvunyelwa kwabafundi besifazane ukuba baluke emakhanda.
Ngo 2004 ngafunda eMfolozi main campus nalapho ngaphinde ngavotelwa khona ukuba nguMengameli womkhandlu wabafundi. Isikhubdla engasiphatha unyaka owodwa ngoba vele ngangifunda unyaka owodwa nalapho ngahola isiteleka sikulwela ukuqashwa kwabafundi abamnyama kwaSappi njengoba kwakuobandlululo imanagement yama Ndiya yayi recommend amaNdiya kuphela ukuthi ayosebenza kwaSappi umuntu omnyama angene ngoba sekuphele amaNdiya. Sakunqoba ke lokho abantu bakithi bangena kwaSappi, abanye babo basezukhundleni eziphezulu namhlanje.
Ngo 2008 ngafunda e Ifihlile Training Academy (okwakuyisikhungo esasixhaswe yi Dept. of Economic Development ngaphansi kuka Dr Zweli Mkhize). Nakhona ngabekwa ngaba uPresident womkhandlu wabafundi lapho engathola khona inkohlakalo yokudliwa kwemali yabafundi kusetshenziswa lekolishi, lenkohlakalo yayithinta ukufakwa kwemali kulelikolishi yize kwakwaziwa kahle ukuthi ama- course kanye nama-skills elaliwafundiswa ayengekho registered nokwakwenza ukuthi abantu uma sebeqedile bengawutholi umsebenzi bangazitholi nezitifiketi.
Lokho kwangidalela amazinyo abushelelezi ngagcina sengithola izinsongo zokubulawa njengoba ngasengibonwa njengomuntu owayefaka inhlabathi ngeTLB kwindengane. Ezinye zezincingo ngazithola kosopolitiki kanye nosomabhizibisi.
Ngabe kungenzeka sengithathe isinqumo sokubuyela ekhaya.