Thandukuphila Disable People Organisation Tdpo

Thandukuphila Disable People Organisation Tdpo Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Thandukuphila Disable People Organisation Tdpo, Non-Governmental Organization (NGO), Warner Beach.

31/03/2024

IBHAYIBHELI ELINGCWELE NGOKUKAMATHEWU 28:10-15 Khona uJesu wathi kubo: β€œNingesabi; hambani, nibikele abafowethu ukuba bahambe baye eGalile; bayakungibona khona.” Besahamba, bheka, abanye kubalindi bafika emzini, babikela abapristi abakhulu konke okwenzekileyo. Sebebuthene namalunga benza icebo, banika amabutho imali eningi, bathi: β€œShonini ukuthi abafundi bakhe beza ebusuku, bameba silele. Uma kuzwakala lokho kumbusi, siyakuncengana naye thina, nina ningakhathazeki.” Ayeseyithatha imali, enza njengokufundiswa kwawo. Leli zwi landa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.

30/01/2024

Ngiyanibingelela nonke egameni lenhlangano nginazisa ngoqeqesho olufishane olutholakala mahhala lwe computer(free basic computer training)e-Library aludingi amabanga aphezulu emfundo kuphela nje uma umuntu ebona kahle ngamehlo ingenkulu inkinga yakhe yamehlo futhi uma izandla zakhe zizokwazi ukuchofoza izinkinobho. Kuyabhaliswa-ke phuthumani ingasali .

Kodwa labo abanobunzimana bokubona ngamehlo abo i-computer elungele bona isenenkinga isalungiswa .

NGIYABONGA
KAKHULU
πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

02/01/2024

Ngiyanibingelela nonke egameni lenhlangano ngifisa ukuzwa ukuthi ingabe sonke singene kahle yini kulonyaka omusha u 1024
Ngiphinde nginikhumbuze ngomhlangano wethu wanyanga zonke esiba nawo kanye ngenyanga .

USUKU. : 23 JANUARY
ISIKHATHI. : 10:00
INDAWO. : THANDU
KUPHILA
Ngiphinde nginikhumbuze ngokuphatha okufanele njengoba sizokhumbula ukuthi sidinga ukukhokhela izikibha bese siqhubekela phambili ,kulabo ebebengakawalethi ama-ID copy sicela bewaphathe uma kukhona omsizayo aba mabili ama-ID copy .

NGIYABONGA
πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

15/12/2023

IBHAYIBHELI ELINGCWELE EKAJAKOBE 1:5-8 Uma-ke kukhona kini oswela ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngobuhle engajakadi, khona uyakuphiwa. Kepha makacele ngokukholwa engangabazi ngalutho; ngokuba ongabazayo unjengedlambi lolwandle eliqhutshwa, ligujiswa ngumoya. Ngakho makangasho lowo muntu ukuthi uyakwamukeliswa utho yiNkosi, umuntu onhliziyombili oguquguqukayo ezindleleni zakhe zonke.

18/11/2023

Ngithi ake ngibonge kini nonke bafowethu eniphumelelile ukuzikhipha selule imiqondo Sibone izinto ezehlukene sizokwazi futhi nokuba nemicabango emisha engafani ngeyesikhathi esedlule.
Odlulisa lwamazwi
Michael Njomane
πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™ Ngiyabonga kakhulu

Address

Warner Beach

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Thandukuphila Disable People Organisation Tdpo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share