Ubunye media

Ubunye media Ubunye Media - sinethulela izindaba ezijulile ezenzeka ezweni njengoba zinjalo.

ungasithinta kulezinombolo 0715901396,0738148199,0786084327 ungasibikela ngokwenzeka ngakini

02/01/2026
Ibuye nephuzu elilodwa kaizer chiefs emdlalweni wabo ne marumo gallants fc iwalahlile amaphuz amathathu kaizer chiefs em...
24/09/2025

Ibuye nephuzu elilodwa kaizer chiefs emdlalweni wabo ne marumo gallants fc

iwalahlile amaphuz amathathu kaizer chiefs emdlalweni wabo ne murumo kanti kaizer chiefs iza kulomdlalo izinto azihambi kahle neze kanti kulomdlalo amakhosi aphinde athola nephenathi ayishweba

Sekuvele okusha ngowayewuhlupho enanda obephethe west gang mnqobi Ziningi izinkulumo ezivelayo ukuthi Cha ubungebengu bu...
24/09/2025

Sekuvele okusha ngowayewuhlupho enanda obephethe west gang mnqobi

Ziningi izinkulumo ezivelayo ukuthi Cha ubungebengu budla lubi njengoba umnqobi engasekho kuthiwa eqinisweni bekumuntu obeyivikela kakhulu leyandawo abanye abantu bashaya amakhala bathi ubephila izimpilo ezimbili ubevikela ephinde amoshe kuthiwa ebebehamba naye bayazicanasela emphakathini abanawo ngisho unembeza umnqobi ebebuye ebe nawo njengoba ebevikela loya mphakathi.

Umnqobi wabulawa amaphoyisa abizwa nge NIU ngoba kuthiwa usekhathazile emphakathini bahlulwne phakathi abantu abanye bathi kwakungcono esakhona kunalobu bungebengu obuqhubekayo

INGONYAMA KAZULU UMISIZULU UBONGE UKUBAMBISANA KAHLE NONDUNANKULU WAKWAZULU NATALUbonga iqiniso likandunankulu wakwazulu...
24/09/2025

INGONYAMA KAZULU UMISIZULU UBONGE UKUBAMBISANA KAHLE NONDUNANKULU WAKWAZULU NATAL

Ubonga iqiniso likandunankulu wakwazulu natal ngokusebenzisana kahle inkosi Misizulu lokhu ukusho enkulumeni yakhe ebeyithula kwadukuza emkhosini welembe

Lomcimbi ubukeke uyimpumelelo kakhulu njengoba nesimo sezulu singesihle kodwa abantu badele konke baya kulomkhosi kanti isilo siphinde samema inkosi yamanazaretha ohlangothini lwasebuhleni Unyazi lwezulu elibe nenkulumo lapho luthena kumele lendawo yesigodlo kumel ivuselelwe njalo amanazaretha ebephume ngobuningi ukuzothamela umkhosi welembe

Address

Tongaat

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubunye media posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share