Nsuze,Bhamshela News and Updates

Nsuze,Bhamshela News and Updates Page is about community updates,youth development,business marketing in the area and general info.

16/06/2026
07/06/2026
06/06/2026

Owesifazane obonakale exabana nesoka lakhe izolo ntambama endaweni yase Mona o Tongaat KZN, usetholakale manje ekuseni ebulewe enqunu wase embozwa ngezingubo
📷 RUSA

Nakhu kuthiwa abokuhamba sebevele begadle nizihlalelele nje💔
06/06/2026

Nakhu kuthiwa abokuhamba sebevele begadle nizihlalelele nje💔

Niyakhumbula izingane eziwu 5 engibike ngazo last week ezibulawe e Motherwell e Eastern....eyodwa waphuthunyiswa esbhedlela iphila kodwa nayo yafike yashona

Izolo ke amaphoyisa alibambile i zayizayi elizibulele, Lina 28 leli zayizayi, kuthiwa lafike lavulela ngenhlamvu nje

06/06/2026

They really playing with time,during the week clock is faster on weekends clock is very slow🤔

03/06/2026

Singabagxosha nje abantu bokufika bafowethu,kodwa njengomuntu oye abe namatoho avelayo ngifune abantu cha ngingakusho kugcwale umlomo,abantu bakithi abaningi abafuni ukusebenza labo abafunayo they are very choosy and demanding,ekugcineni nithi abantu bokuhamba banithathela umsebenzi nibe ningafuni ukusebenza,umuntu kuthiwa uzogada ingane ena 2years ihamba creche kusuka ngo8 ekuseni yoze ibuye ngopast 3,ngo 6 ishayile kuwena,ulala laphoudla lapho,umbhatha izingubo zalapho,ugeza ngensipho yakhona,uhleli awusebenzi kodwa mncane 1500 ngenyanga😀 nidakiwe nina,owesilisa owenza ngadi ufuna ukuqal ngo 8 ubuye ahlale phansi ashuke insangu kodwa ngo 2 ufuna ukuba seshayisile a***e 150😳ncamela kuyoma estolo noma ayohlala ejoyintini muntu wakhona,ekugcineni abantu bokuhamba basithathela umsebenzi,fanele silikhulume iqiniso South africans awayazi inhlupheko nokuswela adudwa yimiholo yamahala lena abayiholayo.

Kucacile bayazibulalela bafaka emakhazeni.
27/07/2025

Kucacile bayazibulalela bafaka emakhazeni.

Address

Mzilikazi Street Nsuze Bhamshela
Tongaat

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nsuze,Bhamshela News and Updates posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share