05/09/2025
🏳️
Ngyabingelela kukuwonke umuntu ozobona le post.
Bahlali ngiyanethemba ninamandla okwenza izinto ezibukeka zi impossible but nenze kwenzeke.
Ngifundisa izingane zasemakhaya eGreytown, Matimatolo area, at Busana High School - Offical page. Ngifundisa ezokuvakasha (Tourism). Njalo ngonyaka ne Educational Tour with my learners visiting educstional sites.
Ngonyaka ozayo (2026) as a school including abafundi sihlele ukuba nohambo oluya kwenye yama World Heritage Site iRobben Island eCape Town. Uhambo lwethu luzodinga umfundi abe nesamba esilinganiselwa ku R5 000 umfundi ngamunye. Ngesizathu sokuthi isimo sezingane engizifundisayo nomphakathi ezisuka kuwona ngokomnotho kungagcina kuyingcosana yabafundi engakwazi ukuphumelela kule educational tour.
Ngiyacela kulabo abanotho basize mina ngokuthi bangixhasele izingane zami ngokuthi baphose esivivaneni sihlanganisele nalezingane ezikubona kuyiphupho ukuya eCape Town lapho lifezeke.
Uhambo luhlelwe ukuba l**e ngo April 2026. Usuku will be confirmed uma sekuphume i2026 school calender. Izingane engikhulumela phezu kwazo zilinganiselwa ku 150.
Ngiyacela onesifiso sokuxhasa noma ingabe imalini angithinte. Lowo R20, R50 ongawufaka can make a huge difference. If kukhona ocabanga ukuthi angalekelela ngicela um mentione kulepost and share the post. Don't forget to follow my profile also. To those who wish to contribute banking details I've shared kwi comment section.
By Phumlani S Ndlovu
Ngyabonga.