Directions

LACO Labour and Civic Organization

Offices:
Johannesburg: Renaissance Building Ghandi Square ,7th floor ,707
Jozini: Mhlabeni Park, Block I, office I2

Abasebenzi base-Heineken eGauteng basesitelekeni befuna ukuthi umqashi abhekane nesicelo sabo sokunyuselwa amaholo ngo-7...
18/08/2026

Abasebenzi base-Heineken eGauteng basesitelekeni befuna ukuthi umqashi abhekane nesicelo sabo sokunyuselwa amaholo ngo-7%. Nokho, umqashi usaqinile ekutheni ngeke asinikeze lesi sicelo.

I-LACO izongenela lolu daba ukuze ime nabasebenzi, ikhuthaze inkhulumo mphendulwano phakathi kwabasebenzi nomqashi, futhi ifune isixazululo esinobulungiswa esihlonipha amalungelo nezidingo zabasebenzi.

I-LACO ayisoze yathula lapho abasebenzi bezwakalisa izikhalo zabo futhi bengalalelwa. Sizosebenzisana nabo ukuze kuqinisekiswe ukuthi izwi labo liyazwakala.

LACO ❤️🖤
______________________________________________

Heineken employees in Gauteng are currently on strike, calling on the employer to address their demand for a 7% wage increase. However, the employer has maintained its position that it will not grant the requested increase.

LACO will intervene in the dispute to stand with the workers, promote meaningful dialogue between employees and the employer, and pursue a fair resolution that respects the rights and legitimate interests of workers.

LACO will not remain silent when workers raise legitimate concerns and feel that they are not being heard. We will stand with them and ensure that their voices are heard.

LACO ❤️🖤

Gauteng it’s your turn!
13/08/2026

Gauteng it’s your turn!

I-Labour and Civic Organization (LACO) imema bonke abanentshisekelo ukuthi bafake izicelo zohlelo oluxhaswe ngokuphelele...
03/08/2026

I-Labour and Civic Organization (LACO) imema bonke abanentshisekelo ukuthi bafake izicelo zohlelo oluxhaswe ngokuphelele lokuthola i-Motorcycle Learner's Licence.

Leli yithuba lakho lokuthola ilayisense yomfundi webhayisikili mahhala ngokuphelele.

📍 Indawo Yokubhalisa: Emahhovisi ne-LACO eMgungundlovu, 14 Surrey Road, eScottsville

Okudingekayo:
✅ Umazisi waseNingizimu Afrika (ID)
✅ Ubufakazi bendawo ohlala kuyo (Proof of Address)

⚠️ Zingu-50 kuphela izikhala ezikhona kulesi sigaba sokuqala, ngakho-ke abazofika kuqala yibo abazobhaliswa kuqala.

Lolu hlelo luyisiqalo nje. Uma luphumelela, i-LACO ihlose ukulwandisa lufinyelele nakwamanye amadolobha, ukuze abantu abaningi baseNingizimu Afrika nabo bathole leli thuba.

Ungaphuthelwa yileli thuba, woza emahhovisi ethu ngokushesha ukuze ubhalise.

Sicela wabelane ngalokhu okuthunyelwe ukuze nabanye bazuze kuleli thuba.

_________________________________________________

The Labour and Civic Organization (LACO) is proud to announce a fully funded Motorcycle Learner's Licence Course for eligible applicants.

This is your opportunity to obtain your motorcycle learner's licence at no cost.

📍 Registration Venue: LACO Offices Pietermaritzburg , 14 Surrey Road, Scottsville

Requirements:
✅ South African ID
✅ Proof of Address

⚠️ Only 50 spaces are available for this first intake, so registrations will be on a first-come, first-served basis.

This is the beginning of an exciting initiative. If this pilot programme is successful, LACO plans to expand it to other cities, creating opportunities for even more people across South Africa.

Don't miss out, visit our offices as soon as possible to secure your place!

Please share this post to help others benefit from this opportunity.

Address

14 Surrey Road, Scottsville
Pietermaritzburg
3201

Opening Hours

Monday 09:00 - 16:00
Tuesday 09:00 - 16:00
Wednesday 09:00 - 16:00
Thursday 09:00 - 16:00
Friday 09:00 - 16:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when LACO posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share