St. Leo Roman Catholic Church-Imbubu Mission

Directions

St. Leo Roman Catholic Church-Imbubu Mission St. Leo Catholic Church-Imbubu is situated eMadwaleni in Sweetwaters, Pietermaritzburg, KwaZulu-Natal

18/10/2026

Siyabonga kakhulu Fr Dinisa Ngcongo ukuba kanye nathi namhlanje kwaLeo Ocwebileyo. Uphinde usivakashele futhi Baba.

Makadunyiswe uJesu Kristo.Uma unesifiso sokuhamba kade ungabhalisile sicela uxhumane namalunga akaLiturgy ngokushesha zi...
28/09/2026

Makadunyiswe uJesu Kristo.

Uma unesifiso sokuhamba kade ungabhalisile sicela uxhumane namalunga akaLiturgy ngokushesha zisakhona izikhala ezimbalwa

Makadunyiswe uJesu Kristo, kuze kube phakade. Amen Makholwa athandekayo niyakhunjuzwa kuthi igatsha lethu St Nivard kaDu...
25/09/2026

Makadunyiswe uJesu Kristo, kuze kube phakade. Amen

Makholwa athandekayo niyakhunjuzwa kuthi igatsha lethu St Nivard kaDulela ligubha umkhosi kaNivard ocwebileyo ngeSonto (27 September 2026) baphinde babenesivuno, sonke siyanxuswa sonke ukuba siphumelele. IMisa lizoqala ngo 9 ekuseni.

Bekukuhle kudelile namhlanje kwaLeo Ocwebileyo, iBandla lihlobile kugujwa usuku lwamasiko nemvelaphi yethu.
20/09/2026

Bekukuhle kudelile namhlanje kwaLeo Ocwebileyo, iBandla lihlobile kugujwa usuku lwamasiko nemvelaphi yethu.

Sigubha amasiko ethu, ubuntu bethu, ifa lethu sibeka phambili uMvelinqangi uNkulunkulu wokhokho bethu, oweyekhona endulo...
19/09/2026

Sigubha amasiko ethu, ubuntu bethu, ifa lethu sibeka phambili uMvelinqangi uNkulunkulu wokhokho bethu, oweyekhona endulo osakhona namanje.

20 September 2026
IMisa liqala ngo 08:30
St Leo Parish-Imbubu

Sihloba ngemvunulo ySintu.

IMisa lokugubha unyaka ka St Francis wase Assisi kanye nombhabhadiso wabantwana.
06/09/2026

IMisa lokugubha unyaka ka St Francis wase Assisi kanye nombhabhadiso wabantwana.

Hlanganyela kanye nathi eMiseni lika St Francis njengoba kuwunyaka wakhe obekwe uPope Leo XIV.
30/08/2026

Hlanganyela kanye nathi eMiseni lika St Francis njengoba kuwunyaka wakhe obekwe uPope Leo XIV.

Obaba abavamile banesineke. Obaba abahle banesineke ngokwengeziwe.Usuku oluhle koBaba💙👨‍👧‍👦
21/06/2026

Obaba abavamile banesineke. Obaba abahle banesineke ngokwengeziwe.

Usuku oluhle koBaba💙👨‍👧‍👦

17/06/2026

Message for young people

Makadunyiswe uJesu Kristo, kuze kube phakade. AmenSithanda ukudlulisa okukhulu ukubonga kwinhlangano yamanesi (Catholic ...
18/05/2026

Makadunyiswe uJesu Kristo, kuze kube phakade. Amen

Sithanda ukudlulisa okukhulu ukubonga kwinhlangano yamanesi (Catholic Nurses Guild) ngomsebenzi abawenzile izolo kwiParish yethu benika amakholwa imigomo yomkhuhlane.

Address

3077 Madwaleni Area, Sweetwater Location
Pietermaritzburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when St. Leo Roman Catholic Church-Imbubu Mission posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share