Zam’mpilo Community Development

Zam’mpilo Community Development Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Zam’mpilo Community Development, Nonprofit Organization, 9067 Nsika Area, Pietermaritzburg.

24/12/2023
Okusenhlizweni yami kufezekile Zama’ mpilo giving back to our fellow brothers and sisters ❤️ umuntu umuntu ngabantu
01/02/2023

Okusenhlizweni yami kufezekile
Zama’ mpilo giving back to our fellow brothers and sisters ❤️ umuntu umuntu ngabantu

10/10/2022
Bekungekho lula kumina kodwa ngothixo ngama kushisa ngiphelwe amandla ngoba ngifuna elingcwele lona bekingithobisa usuku...
10/10/2022

Bekungekho lula kumina kodwa ngothixo ngama kushisa ngiphelwe amandla ngoba ngifuna elingcwele lona bekingithobisa usuku no suku laba bebenza ukuthi ngizwe engathi ngiyaphila usuku nosuku ngiyabonga mawami kakhulu ukungiletha kulomhlaba uthi umuntu akahleke noma ngabe kunjani ukuze uphile kuyahambeka umyeni wami engikhulekela ubusu nemini noma sengingabaza kodwa ame nami amadodakazi ami athi wen'a mah ungubani sula Lezo zinyembezi asizidingi sicela smile ntathu my sister no sphamandla nithi phuza amanzi gwinya kuzolunga qinisela lowo mazwi ayenza ngihleke kodwa ziphime inyembezi nithi sula akuzona esakho abomneks nana nyeni bethu bangehlekise ngijabule ngikhohlwe ukuthi khona lakunomsele khona my only son says you are the champion my mom ngazibona ngingu moses ethunywa kodwa wathi unamalimi ngithembele kuwe jehova ngibonga ukunqoba bekungelula kodwa ngaluwela Ulwandle ngikhumbula izaga ze shumi zafundwa ngimcane kakhulu zazikhuluma ngenkosikazi ewakhayo umuzi wayo iphinde I'be isiwula iwudibhize ngezayo izandla ukuwudibhiza ukulalela into oyizwa ngabantu uyithathe uyifake ngaphakathi bese ujesu eyiswele eyakhe indawo amen

Anginibingelele nonke emini ngohlelo olukhethekile amen . Zammpilo comm.development  ekwenzayo ukulekelela amapara ekuth...
29/05/2022

Anginibingelele nonke emini ngohlelo olukhethekile amen . Zammpilo comm.development ekwenzayo ukulekelela amapara ekutheni angangeni ekulingweni angaziboni anganakiwe akubona bonke izigebengu abanye babo bafundile banamabanga aphezulu kodwa impilo yabahlula thina njengenhlangano sizimisele ukusiza labo bantu abafuna ukuthi khumu kwizidakamizwa abanye babo bayasebenza bavuka njalo ekseni bangene emsebenzini wabo eyahlukene imisebenzi yabo imi kanje car wash, car gud baphathele abantu impahla baziyise ama rank ukuze basizakale thina sifuna ukuthi babe nezinto zokugqoka like uniforms ukuze wazi ukuthi usafe ngezimpahla zakho ngoba amadolobha amaningi angcolile sibatholele nezindawo zokuhlala kodwa konke lokhu sizokwenza ngokusizwa inkosi ukuthi lomsebenzi uqhubeke uma uzimisele ukubambisana nathi silekelelane ngalolonke usizo esinalo ungasithinta ku watsup wethu noma in box us izohamba lenqola amen

Address

9067 Nsika Area
Pietermaritzburg
3201

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 08:00 - 17:00

Telephone

+27726434884

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zam’mpilo Community Development posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Zam’mpilo Community Development:

Share