Progressive Caucus chapter Mkhondo sub-region

Progressive Caucus chapter Mkhondo sub-region Working to establish a strong work force.
with labour Brokers,
with Exploitation,
Our

Woza uzozizwela🔥🔥🔥🔥🔥Commissar Mbali Dlamini will be delivering the Key Note.
06/05/2026

Woza uzozizwela
🔥🔥🔥🔥🔥
Commissar Mbali Dlamini
will be delivering the Key Note.

👏👏👏👏
23/04/2026

👏👏👏👏

WARD 13 (Mkhondo) Yilona Ward elikhulu kunawo wonke amaWARD la Mkhondo..🤷 ngokwenani labantu abaVotayoYinkaba yaseThandu...
23/04/2026

WARD 13 (Mkhondo)

Yilona Ward elikhulu kunawo wonke amaWARD la Mkhondo..
🤷 ngokwenani labantu abaVotayo

Yinkaba yaseThandukukhanya Township, yiyona ndawo lapho inqalasizinda enjengama Clinic Police station nokunye okudingwa ngabantu beseThandukukhanya bengafinyelela ngobuningi, ngoba isenkabeni yeThandukukhanya.

iClinic eSbetha iyadingeka, idingwa yiLokishi lonke, hhayi kuphela yizakhamuzi zaseWard 13.
Kepha kusukala 2019 kuze kube u2026 uhulumeni kuBudget usesebenzise R250million (250 -169) R81 million ngaphezulu kweBudget ebeyibekiwe, kepha ICLINIC ayikapheli ukwakhiwa🤦

uMEC, Kanye neDeparparment of Health is to be blamed.. for keeping a doggy contractor for too long.

According to Census Stat.. Ward 13 unemployment is highest in the Municipality... no wonder lomphakathi wawuKhalaza nge5 per ward kaRUBEX ukundlula onke amaWard🤷 kanti uma niphakela ekhaya niya ngokuthi ngubani oseduze nebhodwe noma niya ngokuthi ngubani omdala ekhaya🤦

Uma amaKhansela aholela ukuthunwa nguMphakathi, so why ama Indigent Policy registration ( ukulwela ukubhalisa abantu ukuthi bathole uGesi wamahala Kanye namanzi) ukuze baphinde Banga valelwa uGesi ngokungakhokhi... So Why amaKhansela angalweli ukubhalisa abantu abaningi kule INDIGENT policy ngoba vele abasebenzi, futhi imizi iphethwe oGOGO.🤦

namuhla uMaspala ujabulela ukuvalela ABANTU uGesi Uzothola nzuzoni ekuhlukumezeni abuntu abangasebenzi, kodwa wena ube uqhashwe yibo



Ward 12 Yilolodwa I ward lapho amaRDP akhiwa nguhulumeni wamabhunu amaningi ukundlula amaRDP of post 1994, kaMandela.YIY...
21/04/2026

Ward 12
Yilolodwa I ward lapho amaRDP akhiwa nguhulumeni wamabhunu amaningi ukundlula amaRDP of post 1994, kaMandela.

YIYO indawo enamaBackRoom ukundlula lonke iKasi.

YIYO indawo lapho Inequality (Long homes Vs Richardsbay) ukuhlukana kakhulu kwezomnotho kulezigqeme laKasi, uhulumeni wethu uhlulekile ukuThuthukisa iRichardsbay ifane neLong Home and Mafred Homes.

Empeleni indawo yaseLongHomes and Mafred vele ngo1994 beyivele ithuthukile ngaphansi kweAparthied system, abantu kulendawo besebedinga ukunakekelwa ngokwezomnotho nje kuphela (amathuba emisebenzi) kodwa nalokho kumhlulile u government wethu🥲. Indawo yezitolo ebeyaziwa futhi idume ngokuthiwa yikwaPhillip, ebeyinezitolo ezihlukene zabantu bendawo (Shopping cente) manuhla indawo yenkonzo.

imigwaqo yonke esaphila, ngeyo Hulumeni wamabhunu bafwethu...
Ibhizinisi eliphumelelayo eWard 12 ele Beer noma Drugs.😭



10/04/2026
🤣🤣🤣🤣
27/02/2026

🤣🤣🤣🤣

20/02/2026

With Economic Freedom Fighters – I just got recognised as one of their top fans!

Nalu loPlug...  .
13/01/2026

Nalu loPlug...



.

Address

Mkhondo
Piet Retief
2380

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Progressive Caucus chapter Mkhondo sub-region posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share