Nongoma News

Nongoma News Izindaba nezinto ezenzeka kwaNongoma

11/06/2026

Bayesaba abafana. Bayatatazela. Badinga intelezi!!!

26/05/2026

I talent elingaka. Khuphuka lapho Gwala.

08/05/2026

Nongoma Municipality sekudlule 3 days kade kunesphepho.

Siyacela phela nisvalele amaPotholes emgwaqeni.

Before nithi umgwaqo into kaProvincial transport, ayikho into enivimba ukuthi nifake atleast I gravel. Akuhambeki ngempela kwezinye izindawo.

Umgwaqo ohamba ngemumva kweShopping Centre oka Maspala. Lomgwaqo oyabheda and iwona ulimaze izingane zaseBhekuzulu this week. Into eyenze imoto ephethe izingane ukuthi iphaphalaze umgwaqo omubi kakhulu. Nomgwaqo ongena eEngen okaMaspala. Fakani amatshe tu.

Mase sishutha siveza lapha Kuzoba ngathi sidelela uNongoma.

Please help us Mthiyane!!!

Yabona ke lapha iqhawe livele lathi amaphoyisa awanyuke uma engatholi lutho abuye athathe yena. Lapho ibhilidi uselinkan...
06/05/2026

Yabona ke lapha iqhawe livele lathi amaphoyisa awanyuke uma engatholi lutho abuye athathe yena. Lapho ibhilidi uselinkankile.

Lapha siphethe iStrategists esinzima kakhulu.

Photo © King Zoso_sa

Wakhuluma ke umpandlana ecabanga ukuthi asfundile sonke. Ukukhokha iVAT is not paying tax. Asizona izilima.1. Do they pa...
06/05/2026

Wakhuluma ke umpandlana ecabanga ukuthi asfundile sonke.

Ukukhokha iVAT is not paying tax. Asizona izilima.

1. Do they pay income tax?
-- Annual Returns etc.

2. Do they pay UIF?
-- Nina enisebenza kulezitolo zabo ezinkulu eTown, ninawo uBlue Card?

3. Banayo yini iCOIDA?
-- Uma nilimala estolo sabo, kwenzakalani?

4. Is their business registered kwaCIPC?
5. Do they have a bank account?

Ukuze i South African yenze iBusiness nohulumeni, kufuneka zonke lezizinto. Laba Uma besebenza ngaphandle kwalezizinto baphula umthetho and must close down until full compliance.

Photo © Insizwa Nobunsizwa

05/05/2026
04/05/2026

Eezy eeze, Super Zulu, Good Luck, JPS Wholesalers, Sizabantu.

Izitolo eziphethwe zikhokho ngempela ngoba ngisho becelwe kahle. Bona still bavulile namhlanje. Shuthi khona abakuthembile.

Impi idinga izinto ezimbili bafethu... 1. Amasosha2. ImaliUma uhluleka ukungenela imarch, thumela imali ukuze amasosha a...
01/05/2026

Impi idinga izinto ezimbili bafethu...
1. Amasosha
2. Imali

Uma uhluleka ukungenela imarch, thumela imali ukuze amasosha alale edlile. Umuntu nomuntu akube khona into ayenzayo. Either, ushaya umgwaqo nezinsizwa noma uphosa okusemandleni.

Sonqoba simunye!!!

Address

Nongoma
3950

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nongoma News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share