Emfundweni Ikhaya Lami

Emfundweni Ikhaya Lami I love Emfundweni Thirst Farm Betterment and improvement required for better future for grandchild and improve in their life. Emfundweni Ikhaya Lami.

12/11/2017

Mphakathi waseMfundweni kucelakala abalimi ehholo lomphakathi NGO 9h00 ksasa. Kuzobe kukhona umeluleki ezositshela mayelana nohle lo olusha lokulima.
Ukuphumelela kwenu kizoba enkulu intokozo. Siyabonga!

09/11/2017

Sizothanda ukuba sixolise ngokungabikhona kwesikhashana kodwa sithanda ukukhumbuza intsha yakuleli ufunda ebangeni le-12 Emfundweni High School ukuba liyihawu lesizwe ngakho mayihlome ihlasele! Sinifisrla inhlahla.

28/06/2017

Sanibonani bafowethu nani bodadewethu, ngiyethemba ninemini enhle nakuba singesihle isimo sezulu. Ngines'celo sokuba ni~suggest leli page kubangani benu. We need more likes.

23/06/2017

Sanibonani, bayaphila kodwa abantu kulamakhaza?

Abantu mabagweme ukulahla ugwayi ovuthayo, izimbawula mazicishwe;Lokhu kudala umonakalo emasimini ethu, kanti-ke kugcine...
10/06/2017

Abantu mabagweme ukulahla ugwayi ovuthayo, izimbawula mazicishwe;
Lokhu kudala umonakalo emasimini ethu, kanti-ke kugcine sekushe namakhaya ethu kanye nezilwane zasemakhaya. Ukubhebhetheka komlilo kudalwa yikho ubudedengu bokushiya ugwayi, izimbawula zivutha. Masibambisaneni, silwisane nokungalungile.



25/03/2017

We still available; comment with your WhatsApp number to be a member of our new group.

03/02/2017

Ngabe uyayithanda indawo ohlala kuyo?
Ngabe uyalubona ushintsho?
Ngabe ikuphi ofuna kushintshe ngekhaya lethu?..now, its your chance to be heard.


Sicela ni~like ipage, sizimisele ukubambisana nomphakathi. Silethe inguquko ezweni laseMfundweni!

28/01/2017

The page still exists, its all about bringing change around our hood. Fighting against crime, also helping people reach their desteny. . Masibambisaneni!

14/01/2017

Please show/comment your views about Emfundweni:

*Show your like and dislike about Emfundweni.

24/12/2016

Abantu mabaziphathe kahle, into yeskhashana lena izodlula. Jabulani, niphuze uma is'dingo sikhona. Ningaphuzeli ukukhohlwa, nizolahla. Thina sikhathazekile ngempilo yakho muntu omusha, kusobala intsha yalana ekhaya iphuzela ukubukwa. ...don't drink and drive.
Merry Christmass and Happy New Year to everyone!


Address

Mathofo Streets
Newcastle
2940

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Emfundweni Ikhaya Lami posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share