KwaMsane Ward 06 Community Updates

KwaMsane Ward 06 Community Updates The aim of this page is specifically to update kwaMsane Town residents on matters that are directly affecting them.

Secondly to provide convenient platform for dissemination of urgent information to the residents. Secondly to provide convenient platform for dissemination of urgent information to the residents such as announcements and invitations to meetings .

Sanibonani zakhamizi ezihloniphekileyo. Niphile ke nonke , uJehova anilonde kulezizikhathi ezinzima usathane ehlasele en...
19/04/2026

Sanibonani zakhamizi ezihloniphekileyo. Niphile ke nonke , uJehova anilonde kulezizikhathi ezinzima usathane ehlasele endaweni yethu. Kwebiwa ama...Cables , ompompi , copper pipes o...Avocado beluhlaza bengakakulungeli ukuba bengakhiwa. Kodwa uJehova emuhle uyakusinqobela.

28/03/2026

Ngiyabingelela zakhamizi zase...Ward 6. Kade sagcina ukubingelelana lapha selokhu kwabakhona iGroup yezakhamizi zase...Ward 6 .

Ngithanda ukuxolisa odabeni lwamanzi , kunengxenye engazange iwathole amanzi ngenxa yokuohazamiseka kwe...Payipi lamanzi
eliphazamisekile kepha bayalisebenza.
Okunye sixolise kakhulu nangendaba yama.... Potholes asalokhu eyinkinga , kepha siyadlulisa nathi kubaphathi bomkhandlu esethemna nathi bazosikhumbula basilungisele.
Okunye izakhamizi lezi ezingemuva kwaze...Inkosi Mzondeni Cc nazo udaba Kwabo lokufakelwa ama...Stand Pipes luyasetshenzwa sekusele kancane iphelele I...Material yokwenza umsebenzi.
Okunye sekunenkinga edla lubi lapha ngaphakathi yokwebiwa kwamapayipi eCopper Kanye nokusansimbi. Ompompi nalamapayipi eCopper kunomkhankaso wokweba lezizinto , benginxusa kulabo abaphume lomkhankaso kebeme , lento idala ukulahleka lwamanzi ngendlela enganambitheki.

Asibambisaneni sigcine nendawo yethu ihlanzekile , singalahli esesungakudingi Noma kuphi. Siyabonga

Address

Lot 876 KwaMsane Township
Mtubatuba
3935

Telephone

+27729380058

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when KwaMsane Ward 06 Community Updates posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share