Ikusasa Lethu Tutoring

Ikusasa Lethu Tutoring We Are Tutoring Your Children
Crossday: R60
Crossnight: R100

We Make Different โ˜บ๐Ÿ™๐Ÿฟ
079 098 8333 Mntambo

18/04/2025

With Masinga Sgqoko News โ€“ We just got recognized as one of their top fans! OUR GUEST IN CAMPS ๐Ÿ“š๐Ÿ™๐Ÿฟ

CLASS OF 2025    15 Days To Go It Time To Attend Extra Classes & Crossnight/Day with Tutor on This Coming Holidays ๐Ÿ“š๐Ÿ“
18/04/2025

CLASS OF 2025

15 Days To Go

It Time To Attend Extra Classes & Crossnight/Day with Tutor on This Coming Holidays ๐Ÿ“š๐Ÿ“


17/04/2025

INGAKHO THINA SITHI VUMELAN ABANTWANA BEZE KITHI ๐Ÿค—๐Ÿƒโ€โ™‚๏ธ๐Ÿƒโ€โ™€๏ธ๐Ÿ‘๐Ÿฟ

๐Ÿ˜ญKUBUHLUNGU UKUZWA INGANE ITHI ANGISEZI UTHE UTHISHA WESIFUNDO UZOSIXOSHA UMA S**E SEZA  Siphinde sibingelele bafethu si...
17/04/2025

๐Ÿ˜ญKUBUHLUNGU UKUZWA INGANE ITHI ANGISEZI UTHE UTHISHA WESIFUNDO UZOSIXOSHA UMA S**E SEZA

Siphinde sibingelele bafethu sithi asikucacise lokhu ko Thisha bezifundo abathi ingane zabo bazozixosha ngesikhathi salesosifundo uma zike zaba yingxenye yethu .

Lana bo Thisha sisiza abantwana ayi ngoba oThisha behluleka ukwenza umsebenzi noma thina siwenza kangcono kodwa sizama ukusebenzisana noThisha ekutheni ingane singabibikho isidingo sokuyo UPGRADE emva kokuphuma kwemiphumela okunye nina bothisha enalela izingane ukuthi zibe ingenye yethu nisuke seninake ezinye ngesikhathi sezithwele ubunzima ngemiphumela engekho ezingeni.

Manje siyacela nivumele abantwana beze kithi uma besibona isidingo ngalesosikhathi nakuleyondawo esihambele ngalesosikhathi mhlampe bengasizakala begcwalise kulwazi lwakho Thisha

Syabonga ๐Ÿ™๐Ÿฟ

Nakhuke okunye sise GORDON MEMORIAL SCHOOL nge 21 April 2025 sizosiza MAHHALA

Kwi LIFE SCIENCES ne MATHS/LITS โ˜บ

Syacela nidlulise nakwabanye bakwezinye ikole ukuthi bengeza ngeke bezisole ๐Ÿ™๐Ÿฟ๐Ÿค—

13/04/2025

Ungaphuthelwa u Mr Euclidean (Njoko) kwi Camp yase Cwaka mhlaka 28 April ๐Ÿ˜Š


12/04/2025
๐Ÿ“Cwaka Sesikhona for making the different to the Generation -28/04/2025-Nyandu Primary school -09h00 - 14h30 R60 per Lea...
12/04/2025

๐Ÿ“Cwaka

Sesikhona for making the different to the Generation

-28/04/2025
-Nyandu Primary school
-09h00 - 14h30

R60 per Learner

We host our Special Guest:
MMasinga Sgqoko News( Angikwazi Nokukhuluma Song )


Address

Pomeroy
Msinga
3020

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ikusasa Lethu Tutoring posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share