Unemployed KZN Youth

Unemployed KZN Youth Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Unemployed KZN Youth, Community Service, Middelburg.

Ungqongqoshe womnyango wezokubusa ngokubambisana nezindaba zomdabu umnuz Thulasizwe Buthelezi usencome isinqumo senkanto...
03/08/2025

Ungqongqoshe womnyango wezokubusa ngokubambisana nezindaba zomdabu umnuz Thulasizwe Buthelezi usencome isinqumo senkantolo yasePietermaritsburg esivumela uhulumeni ukuba afake ngaphansi komlawuli umaspala waseMkhanyakude.

Inkantolo igunyaze umnuz Bamba Ndwandwe njengomlawuli kulomaspala yabe isinxusa imenenja kamaspala ukuba inikeze uNdwandwe uhla lwamahholo abasebenzi ukuze bezokwazi ukuthola amahholo abo kaJuly.

UMEC uButhelezi unxuse imeya kulomkhandlu ukuba ivulele uNdwandwe ukuze kuzoqhubeka imisebenzi kamaspala kuhanjiswe intuthuko emphakathini ngaphandle kwezihibe.

[JUST IN] Owesilisa ongowokufika kuleli kanye nowesimame wakuleli sebekhalelwe ngamasongo kasigonyela emva kokuthi beban...
03/08/2025

[JUST IN] Owesilisa ongowokufika kuleli kanye nowesimame wakuleli sebekhalelwe ngamasongo kasigonyela emva kokuthi bebanjwe nenqwaba yezidakamizwa ku Flam**horn Drive eWestville kanye nase Hillcrest.

Amaphoyisa abika ukuthi laba babanjwe nezidakamizwa ekubalwa kuzo amaphilisi e-ecstacy, ecstasy powder, he**in capsules, co***ne bags kanye ne crystal m**h, konke ekulinganiselwa enanini lika-R500 000.

06/02/2025

Uhulumeni uzosebenzisa imali engaphezu R940 billion kwi ngqalasizinda kule minyaka emithathu ezayo. Lokhu kubandakanya imali R375 billion esetshenziswa ama-SOE. Lolu xhaso lwezimali luzovuselela imigwaqo namabhuloho, ukwakhiwa kwamadamu. Izokwenza amachweba nezikhumulo zezindiza zibe ezesimanje futhi iqinise nomnotho wakulelizwe

Address

Middelburg
1055

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Unemployed KZN Youth posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share