Mthombeni Foundation

Mthombeni Foundation Mthombeni Foundation is a Non Profit Organization that gives back to the community we are based in Ladysmith KwaZulu-Natalβ€οΈπŸ™

I Mthombeni Foundation iyivale kanjena inyanga Yabantu besifazane, ihambele Imindeni emihlanu yanikela ngokudla kubona b...
30/08/2026

I Mthombeni Foundation iyivale kanjena inyanga Yabantu besifazane, ihambele Imindeni emihlanu yanikela ngokudla kubona bonke. Lokhu sikwenza ngoba syazi abantu bakithi bayaludinga Usizo kanti futhi kubalulekile ukuth sikhombise uthando kubantu bakithi.

Inyanga yembokodo siyibungaze ngokunesizotha nokubuyisa uthando Emiphakathini. Kube Enkulu Intokozo kuthina ukwenza Lomsebenzi ka Nkulunkulu β€οΈπŸ™ŒπŸΌ.

Bajabulile kakhulu ngesibenzele kona ngoba be bengakulindele lokhu.

Syabonga Kakhulu kubaxhasi Bethu Shoprite South Africa, Ukhozi FM Ngaphandle kwenu be kungeke lokhu kube Impumelelo. Sibuyisile Ithemba emindenini. Kulalwa kudliwe manje ngenxa yenu. Niqhubeke njalo nobuntu.






Kune Mndeni eyolala ijabule nge Saturday khona okuzayoπŸ€—β€οΈπŸ™ŒπŸΌOne Community At A Time. ❀️
24/08/2026

Kune Mndeni eyolala ijabule nge Saturday khona okuzayoπŸ€—β€οΈπŸ™ŒπŸΌ

One Community At A Time. ❀️


Enye yezinkampani ese Mnambithi esifisayo. Umphakathi uyeseke ngoba siyi Mthombeni Foundation kuningi esisazokwenza Ngok...
23/08/2026

Enye yezinkampani ese Mnambithi esifisayo. Umphakathi uyeseke ngoba siyi Mthombeni Foundation kuningi esisazokwenza Ngokubambisana nayo le Nkampani. β€οΈπŸ™

OFFICIAL ANNOUNCEMENTThe Mthombeni Foundation is pleased to announce that we have received a gift card donation from *Sh...
22/08/2026

OFFICIAL ANNOUNCEMENT

The Mthombeni Foundation is pleased to announce that we have received a gift card donation from *Shoprite Ladysmith*.

We have used the gift card to purchase grocery items to support our community programmes.

We would like to extend our sincere gratitude to the management and staff of Shoprite South Africa for their generous support and for investing in the community of Ladysmith.

Thank you for making a difference.

Mthombeni Foundation
Changing Lives.
β€οΈπŸ™ŒπŸΌ





18/08/2026

Siyi Mthombeni Foundation Sifisa Ukundlulisa okukhulu ukubonga ku Ukhozi FM kanye Nabakwa Shoprite South Africa ngo 12k we Grocery esiwuwise Okhozi ngomhlaka 14 August 2026 ohlelwenu Luka 9-12 ekuseni πŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰ ngeviki eliphelile ngolwesihlanu, Lapho Ukhozi FM lusifonele khona Live Emsakazweni Abantu abaningi bezwa sikhuluma EmsakazweniπŸ€—πŸ™ŒπŸΌ ngenxa yomsebenzi Omuhle esiwenzayo emphakathini yakithi Emnambithi. Syabonga Kakhulu nabasi Mention Kwi competition yokhozi ukuze sigcine siwinile.β€οΈπŸ™ŒπŸΌ

Syathembisa siyi Mthombeni Foundation ukuth sizo qhubeka Nokusebenzela abantu bakithi. Ngoba siyakwazi ukuswela kubuhlungu kanjan. βœŠβ€οΈπŸ™ŒπŸΌ




Siyi Mthombeni Foundation Sifisa Ukundlulisa Amazwi enduduzo Emndenin Wakwa Dlamini kanye Nakwa Mchunu, ngabafwethu aben...
11/08/2026

Siyi Mthombeni Foundation Sifisa Ukundlulisa Amazwi enduduzo Emndenin Wakwa Dlamini kanye Nakwa Mchunu, ngabafwethu abendlule Kabuhlungu engozini yomgwaqo.πŸ˜­πŸ˜­πŸ’”πŸ’”

Sithi Dudu abalahlekelwe bodwa kodwa silahlekelwe sonke siyo South Africa besibathanda abafwethu, umculo we Nkosi Yamagcokama ubujabulisa wonke umuntu. Engath imoya yabo I ngalala Ngokuthula πŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈπŸ’”πŸ’”πŸ’”



Ukufa kuyinuku ngoba kusihlukanisa nesibathandayo. πŸ˜­πŸ˜­πŸ˜­πŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈπŸ•ŠοΈ

πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³β€οΈβ€οΈβ€οΈβ€οΈπŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ™ŒπŸΌπŸ™ŒπŸΌπŸ™ŒπŸΌπŸ™ŒπŸΌ
25/06/2026

πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³πŸ₯³β€οΈβ€οΈβ€οΈβ€οΈπŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ‡ΏπŸ‡¦πŸ™ŒπŸΌπŸ™ŒπŸΌπŸ™ŒπŸΌπŸ™ŒπŸΌ

23/05/2026

πŸ•―οΈπŸ•―οΈπŸ•―οΈπŸ•―οΈFor our team to meet Baba Ayanda Msweli one day.
β€οΈπŸ™ŒπŸΌ

13 May 2026 Bhevu High School Child Protection weekKube Enkulu Intokozo ukuba inxenye yalama program Amahle kangaka. Lap...
18/05/2026

13 May 2026
Bhevu High School
Child Protection week

Kube Enkulu Intokozo ukuba inxenye yalama program Amahle kangaka. Lapho sikhuluma khona ngikubaluleka kokuvikelwa kwabantwana kanye nokugqashisha ngezidakamizwa, pregnancy kanye nobugebengu nokubaluleka kwe Mfundo.

Syabonga Kakhulu kwiminyango ka Hulumeni ebesiyinxenye nayo kulolusuku. Sona Isizwe sizosakha. βœŠβ€οΈπŸ™ŒπŸΌ








13 May 2026Child Protection weekSibonga kakhulu kwi Lwazi Lwemfundo Organisation okuyi yona eyasimema ukuba sibe Inxenye...
18/05/2026

13 May 2026
Child Protection week

Sibonga kakhulu kwi Lwazi Lwemfundo Organisation okuyi yona eyasimema ukuba sibe Inxenye yale Program yabo kulolusuku e Mnambithi Primary School.
β€οΈπŸ™ŒπŸΌ

Address

Nhlalakahle Ward 22
Ladysmith
3370

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mthombeni Foundation posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Mthombeni Foundation:

Shortcuts

Share