Inhlangano Yabakhethwa Spiritual Care

Directions Contact the organization

Inhlangano Yabakhethwa Spiritual Care Christ In Us Healing & Prophetic Ministries is a non-profit spiritual fellowship anchored in Colossians 1:27–28 ("Christ in you, the hope of glory").

We Preach uncompromised Gospel of Jesus Christ, Demonstrating devine healing & moving in sound prophecy.

Elokugcina, qinani eNkosini nasemandleni ayo amakhulu. Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, ukuze nibe namandla okumel...
13/10/2026

Elokugcina, qinani eNkosini nasemandleni ayo amakhulu. Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, ukuze nibe namandla okumelana namaqhinga kaSathane; ngokuba asibambene negazi nenyama, kodwa sibambene nemibuso, namandla, nababusi bezwe balobu bumnyama, nabawomoya bobubi emkhathini. Ngakho hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu ukuba nibe namandla okuzabalaza ngosuku olubi, nalapho senifeze konke, nime. Ngakho yimani izinkalo zenu ziboshiwe ngeqiniso, nifakile isivikelo sesifuba sokulunga, izinyawo zigqokisiwe ukulungela kukho ukushumayela ivangeli lokuthula; kukho konke nithathe isihlangu sokukholwa eniyakuba namandla okucima ngaso yonke imicibisholo evuthayo yomubi, namukele futhi isigqoko sensindiso, nenkemba kaMoya eyizwi likaNkulunkulu, ngokukhuleka konke nokunxusa, nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya; kulokho nilinde ngesineke sonke nangokunxusela abangcwele bonke, ninginxusele nami ukuba ngiphiwe izwi, nxa ngivula umlomo wami, ngize ngiyishumayele ngesibindi imfihlakalo yevangeli; engiyisithunywa ngalo esiboshiwe ngamaketanga, ukuze ngikhulume ngesibindi ngalo, njengokuba kufanele ukuba ngikhulume.
Kwabase-Efesu 6:10‭-‬20 ZUL59
https://bible.com/bible/286/eph.6.10-20.ZUL59

he scripture verse you are looking for is 2 Corinthians 5:17:"Therefore if any man be in Christ, he is a new creature: o...
12/10/2026

he scripture verse you are looking for is 2 Corinthians 5:17:

"Therefore if any man be in Christ, he is a new creature: old things are passed away; behold, all things are become new." (KJV)

Come as you are! Izono zakho zithethelelwe yiNkosi uJesu(Yeshua) Christu waseNazaretha! Zisindise kulesisizukulwane esibhubhayo!

2 AbaseKorinte 5:17 ngezinguqulo ze-isiZulu:

"Ngakho-ke uma uKhristu ekhona kumuntu, ungesinye isidalwa; okudala kudlulile, bheka, sekube musha."

---
"Ngakho-ke uma umuntu ekuKhristu, uyisidalwa esitsha; izinto ezindala zidlulile, bheka, zonke izinto sezenziwe zaba ntsha."

11/10/2026
10/10/2026
Kuyenzeka ukholwe usindiswe kodwa kube into engathi iyashoda kuwe, ube nezibonakaliso ezehlukile kulezo "ezemukelekile" ...
10/10/2026

Kuyenzeka ukholwe usindiswe kodwa kube into engathi iyashoda kuwe, ube nezibonakaliso ezehlukile kulezo "ezemukelekile" kubazalwane, uthi uzama ukulandela isintu, sivele naso sikuphike, ugcine usungasazi ukuthi kanti u Belonger kuphi wena. Don't worry God has been preparing a special place for you IT IS CALLED (INHLANGANO YABAKHETHWA) / THE GATHERING OF THE CHOSEN ONES. BECAUSE YOU ARE A CHOSEN ❤️😇👑

Zithandwa zami ezinhle 😅. Leli ithuba elihle kakhulu lokuqeqeshelwa ukulingisa kanye nokusebenza ngephimbo lakho 🤞! Awca...
01/05/2026

Zithandwa zami ezinhle 😅. Leli ithuba elihle kakhulu lokuqeqeshelwa ukulingisa kanye nokusebenza ngephimbo lakho 🤞! Awcabange nje usulingisa ku StarKhanya, ku Zeeworld, Zee Zonke, MovieRoom, Playroom kanye namanye ama channel 📺, konke kuqala kwi Training! Before uzizwe kwi Radio, kuma Advert, etc. Uma kufika ama Auditions kuthathwe wena kuqala 😁🤟🤞

Address

Kwadukuza
4450

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inhlangano Yabakhethwa Spiritual Care posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Inhlangano Yabakhethwa Spiritual Care:

Shortcuts

Share