Mphehli Wemfundo Foundation

Mphehli Wemfundo Foundation This is Non Profit Organisation to advance the access to formal education for the needy students.

11/01/2025

Kunyaka Omusha Sicela Abantu Belunge NjengoSbusiso Gcabashe Kulevideo Engezansi 👌

30/12/2024
Ngibingelele!!Ngicela ukunethulela itop20 yethu, siphinde sindlulise ukubonga okukhulu kubaculi ababe yinxenye yomncinti...
25/12/2024

Ngibingelele!!

Ngicela ukunethulela itop20 yethu, siphinde sindlulise ukubonga okukhulu kubaculi ababe yinxenye yomncintiswano wethu. Sizobafonela abaculi beseke siyakwazi ukuyosebenza ekuqaleni konyaka ozayo. Abama voicenote sikwazile ukubathatha nabo kanye nalaba abakade besisendele izingoma zabo baseke bayakwazi ukuzikhethela abakuthandayo abathandi bomculo.

12/12/2024

Siyabonga ukuvota kwenu ngokuzimisela. Sicela ukunazisa ukuthi ukuvota kuvaliwe manje. Post yabaphumelele iyalandela🙏🏾

12/12/2024

UNdukwana 🔥

11/12/2024

Are you ready for Undukwana ekhuluma izinkulumo ezibalulekile nezakhayo. Lenkabi inekhona eliyismanga. Lindela le episode ezobe itholakala ku youtube ngolwesihlanu lolu esiya kulo ngehora lesithupha. Ungaphuthelwa

Sanibonani!
11/12/2024

Sanibonani!

10/12/2024

UMbeje ephawula ngokucula ingoma ka Mnyovu

05/12/2024

Thatha imfundo kulo January ozayo 🔥

05/12/2024

Umfoka Gcwensa ebonga isipho nethuba

05/12/2024

25 December izingane zigqoka into entsha. Azigeze izingane Majongo usekhulumile uMfoka Langa

Address

2nd Avenue Westdene
Johannesburg Central

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mphehli Wemfundo Foundation posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Mphehli Wemfundo Foundation:

Share