19/01/2026
Umlungu ubaqedile ngomphambili abesifazane bakuleli abathanda izinto nemali
Kuvele izinsolo ukuthi uMnu Ivo Suzee usebenzise imali nezinkontileka ukuze athole ubudlelwano namantombazane aseNingizimu Afrika, kuhlanganise noLerato Molwelang, ongomunye kwabangaphezu kuka-30 abake basebenzisana nale Agency noma nalensizwa epheqanayo ngesibhombolozi somphambili ayinanembeza nokunemlenzana yenyoni kuyayigwabula kwazise kuyakhokha.
Ngenxa yezinkontileka, kuzoba nzima kakhulu ukuthola ukulungiswa noma ukuvula amacala, nakuba abesifazane bevuma ukuthi bazizwa bekhohlisiwe futhi bexhashazwa kodwa ukwamukela kwabo inxenye yemali bese beysayina kuqinisekisa isivumelwano sabo ngoba kuthiwa lomkungu ubekunika 10K.
follow Richard's bay Online News