Bethlehem Apostolic Church in Zion - Mzondi

Bethlehem Apostolic Church in Zion - Mzondi Thank you very much guys for ur support

18/06/2026
Ngokunjalo, nina basha, thobelani amalunga; kepha nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelana ...
17/06/2026

Ngokunjalo, nina basha, thobelani amalunga; kepha nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.

1 Petru 5:5 - 9

Sikhuluma ukuphila phezu kwesimo sonke obhekene naso!Muhle esimkhonzayo!
17/06/2026

Sikhuluma ukuphila phezu kwesimo sonke obhekene naso!

Muhle esimkhonzayo!

Amakhekhe Amanandi Ncekukazi
17/06/2026

Amakhekhe Amanandi Ncekukazi

Happy June 16“Kodwa uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wangikhetha endlini yonke kababa ukuba ngibe yinkosi kwa-Israyeli ku...
16/06/2026

Happy June 16

“Kodwa uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wangikhetha endlini yonke kababa ukuba ngibe yinkosi kwa-Israyeli kuze kube phakade; ngokuba ukhethile uJuda ukuba abe ngumbusi, nasendlini kaJuda indlu kababa, naphakathi kwamadodana kababa wangenamela mina ukuba angibeke inkosi kwa-Israyeli wonke,

1 IziKronike 28:4

15/06/2026

“Khuluma kubantwana bakwa-Israyeli ngokuthi: ‘Zimiseleni imizi yokuphephela engakhuluma ngayo kini ngesandla sikaMose

Joshuwa 20:2

“Khuluma kubantwana bakwa-Israyeli ngokuthi: ‘Zimiseleni imizi yokuphephela engakhuluma ngayo kini ngesandla sikaMose Jo...
15/06/2026

“Khuluma kubantwana bakwa-Israyeli ngokuthi: ‘Zimiseleni imizi yokuphephela engakhuluma ngayo kini ngesandla sikaMose

Joshuwa 20:2

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bethlehem Apostolic Church in Zion - Mzondi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share