Bavundulule Campaign

Bavundulule Campaign uplifting upcoming artists and develop also expose them

Usuku olukhulu lwama Mlwazet Bavundulule Awards umhlaka 6 December 2025. Minyaka yonke njalo ngoMgqibelo wokuqala ku Dec...
16/09/2025

Usuku olukhulu lwama Mlwazet Bavundulule Awards umhlaka 6 December 2025.

Minyaka yonke njalo ngoMgqibelo wokuqala ku December kuba usuku okwenzeka ngawo ama β€œMBA” indawo ise Durban e Blue Waters Hotel (North Beach) azoqala ngo 1pm πŸ•

Kuyavalwa ukungenela ama Mlwazet Bavundulule Awards mhlaka 30 September 2025
14/09/2025

Kuyavalwa ukungenela ama Mlwazet Bavundulule Awards mhlaka 30 September 2025

Mlwazet Bavundulule Awards πŸ‘Œβœ…Kuhle ukusizana siphushane singabi namona, ngicela wonke umuntu oyibonayo le post akasendel...
09/09/2025

Mlwazet Bavundulule Awards πŸ‘Œβœ…

Kuhle ukusizana siphushane singabi namona, ngicela wonke umuntu oyibonayo le post akasendele noma 10 or 20 wabantu abahlukahlukene abaziyo abakhona kwi entertainment space or business space nabo bangenele bazame inhlanhla yokuzikhulisa emkhakheni abakuyona Izandla ziyagezana.

Nakuma WhatsApp groups onawo lapho efonini yakho ngiyacela kakhulu ukuthi uwafake lawoma posters hleze ukhona ozoyithola ajabule naye asizakale πŸ™

Mlwazet Bavundulule Awards πŸ†Noma ubani uvumelekile ukungenela nawe uma kukhona omaziyo ungamazisa ngaleli thuba, as long...
09/09/2025

Mlwazet Bavundulule Awards πŸ†

Noma ubani uvumelekile ukungenela nawe uma kukhona omaziyo ungamazisa ngaleli thuba, as long nje kuwumuntu oyiphanta okanye oyiciko osebenza kanzima for ukuphusha i brand yakhe.

ukuqoka abantu abazongenela kuvalwa ngomhlaka 30 September 2025

To nominate someone please WhatsApp πŸ“ž : 0615252685

The Mlwazet Bavundulule Awards purpose is to recognise upcoming business people and artists, also turn impossibilies to ...
03/09/2025

The Mlwazet Bavundulule Awards purpose is to recognise upcoming business people and artists, also turn impossibilies to possibilities, uplifting black hustlers and make dreams come true.

- Calling All Upcoming Artists & Entrepreneurs in South Africa πŸ‡ΏπŸ‡¦ babizeni bonke leli ithuba labo and futhi kwamukeleke wonke umuntu ofisa ukungenela

πŸ“ž : 0615252685

Akekho onaka abasafufusa bazokhula kanjani uma engekho ama platforms azobakhuthaza aphinde abalekelele ukuthi amaphupho ...
03/09/2025

Akekho onaka abasafufusa bazokhula kanjani uma engekho ama platforms azobakhuthaza aphinde abalekelele ukuthi amaphupho abo afezeke, ngikhuluma ngama Upcoming Artist ngikhuluma Small Businesses so umbono wami wokusungula ama Mlwazet Bavundulule Awards usukela ekutheni nami ngiyiciko futhi ngusomabhizinisi I know ubunzima baleyo mikhakha especially uma usasemazingeni aphansi ne support ungayitholi.

Award into enkulu kakhulu iyamkhulisa umuntu as a brand imbeke kwelinye izinga ngakho ngiyazi baningi engizobavundulula ksasa bavelele babe izinto ezinkulu through lama Awards ✊

Lasuka Lahlala Mlwazet Bavundulule Awards πŸ†Ama Awards aqondene namaphanta wonke nje umuntu osafufusa osazama empilweni l...
01/09/2025

Lasuka Lahlala Mlwazet Bavundulule Awards πŸ†

Ama Awards aqondene namaphanta wonke nje umuntu osafufusa osazama empilweni lama awards akhuluma naye πŸ‘

Please share the poster with everyone omaziyo ozimisele ophushayo futhi omfisela okuhle kodwa ngabe usomabhizinisi or iciko leli ithuba lakhe lokuthi azibonakalise ukuze nomsebenzi wakhe uzokhula waziwe i South Africa πŸ‡ΏπŸ‡¦ yonke πŸ₯‡


31/08/2025

Ksasa kuyasuka lokho kuyaqala kuyavotwa for Mlwazet Bavundulule Awards πŸ†πŸ‘ŒπŸ”₯

Address

Mnyamane
Durban

Telephone

+27745483580

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bavundulule Campaign posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share