Men's Corner

Men's Corner Men's Corner is a humanitarian organization seeking to help poverty stricken communities.

Akubi kuhle futhi kwehlisa nokuzethemba kumntwana Uma esezosala yedwa nama exercise angakhaviwe futhi kwenza nokuthi ash...
26/01/2025

Akubi kuhle futhi kwehlisa nokuzethemba kumntwana Uma esezosala yedwa nama exercise angakhaviwe futhi kwenza nokuthi asheshe aguge, Yingakho siyiMens Corner sithathe Lelithuba savakashela iskole esikuWard 2 kaMkhizwane sathi bonke abantwana abangakakhavi thina sizobakhavela mahhala ngamakhava amahle azokwenza ukuthi Uma kuqala isonto kusasa babuyelwe ukuzethemba bafane nabanye...

Asikaqedi ngalololuhlelo akumele kumele khona umntwana ozoba namabhuku angakhaviwe sibe sikhona..

Namhlanje kuzalwa uLanga insizwa ezalwa kanye noJesu ngicela siyiphe uthando sithi hoooreyy
25/12/2024

Namhlanje kuzalwa uLanga insizwa ezalwa kanye noJesu ngicela siyiphe uthando sithi hoooreyy

Uma kufika lesi sikhathi njengeMens Corner senza isiqiniseko sokuthi Kuba nabantu abakwaziyo ukuba nokhisimuzi ongafani ...
24/12/2024

Uma kufika lesi sikhathi njengeMens Corner senza isiqiniseko sokuthi Kuba nabantu abakwaziyo ukuba nokhisimuzi ongafani noweminye iminyaka edlule, nakuwo lonyaka siqhubeke nokulekelela imindeni ebingeke ikwazi ukuba nokhisimuzi.
Lapha SikwaMkhizwane Sizokwenza umehluko ukuthi nabo Uma kushaya Izikhathi zokupheka kepha bakwazi ukupheka nje ngabo bonke abantu.

Sibonga kakhulu kunhlangano yabantu abasha yakhona kaMkhizwane okuyiyona esilekelelile ukuthola lomuzi.

Namhlanje kuzakwa indoda enkulu uNgcobo omkhulu ngicela simuphe uthando sithi happy birthday🍾🍼🎂
30/11/2024

Namhlanje kuzakwa indoda enkulu uNgcobo omkhulu ngicela simuphe uthando sithi happy birthday🍾🍼🎂

Namanhlanje kuzalwa uMcebisi ngicela siphume uthando sithi hoorey
28/11/2024

Namanhlanje kuzalwa uMcebisi ngicela siphume uthando sithi hoorey

Namhlanje kuzalwa lomjita uma unganakile ungaze uthi uphuma phesheya kwezilwandle, ngicela nimuphe uthando
18/09/2024

Namhlanje kuzalwa lomjita uma unganakile ungaze uthi uphuma phesheya kwezilwandle, ngicela nimuphe uthando

18/07/2024

Thanks for being a top engager and making it on to my weekly engagement list! Mfundo Mfundo, KamaMyeza Buhle Khomo

17/07/2024

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Bhekithemba Ngidi, Nomie Msangula

Namuhla kube nohlelo oluthinta abafana abasuka eminyakeni eyi 11kuya eminyakeni engama 20 abasuka ezigodini zakwaXimba, ...
08/07/2024

Namuhla kube nohlelo oluthinta abafana abasuka eminyakeni eyi 11kuya eminyakeni engama 20 abasuka ezigodini zakwaXimba, kwaNyavu, Kanye nesakwaShangase ehholo lasoPhokweni eno8, kuloluhlelo bekudingidwa ngezinto ezibathintayo njengoba bekhula nje. Bekuhlangene lezi zinhlaka ezilandelayo.
Umsunduzi CPF, Umsunduzi SAPS, Men's Corner, Okuhle Nokumhlophe Foundation accompanied with its ambassador Ms Zanele Zakuzo(Proffessional Artist), Traditional Leadership from Amanyavu, Department of Community Safety and Liaison representative and Spiritual Crime Prevention motivationally addressed young males. Following topics were touched on the program: Teenage Pregnancy, Drugs and Alcohol abuse, Effects of social media to nowadays youth,ect. Group discussions and presentations were conducted. Men's Corner, CPF member from Mbubu subforum Mr Mthembu well facilitated the program in assistance with Induna Mr Mzolo. Young men enjoyed the program as they interacted with facilitaters. Local business sectors Yayana Lifestyle, Sthole Shop, Izwi Labantu Funeral Service, Khelele Shop made it possible with their donations.

Okuhle Nokumhlophe Foundation
Zanda Zakuza

25/06/2024

Thanks for being a top engager and making it on to my weekly engagement list! Hlengiwe Zondi, Vusi Mngwengwe, Melakude Andrias, Mahlezi Sbongile, KamaMyeza Buhle Khomo, Maphumu MaMkhize Zondi Zondi

23/06/2024

Big shout-out to my newest top fans! Vusi Mngwengwe, Langelihle Luthuli, Siyabonga Mkolodelwa Mtolo, Zophila Ngwane, Hlengiwe Zondi, Siziwe Mngwengwe, Joe Xaba, Boet Bless, Dumisani Dladla, Zama Zuma, Ntombifuthi Gabela Ntombue

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Men's Corner posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share