Lovers Paradise Emzansi Africa

Lovers Paradise Emzansi Africa Siyelulekana ngezinto ezithinta uthando

#1. Asithukani
#2. Asicwasani
#3. Asi post ama nud pics

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard!Ciara Sp Qwabe, Ma-Duyaza Celly, Sizwe Ngcobo, Slungile Ka...
16/06/2023

Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard!

Ciara Sp Qwabe, Ma-Duyaza Celly, Sizwe Ngcobo, Slungile KaMathethwayo Ndlazi

Molweni bahlobo nali ithuba zingane zakwethu
08/06/2023

Molweni bahlobo nali ithuba zingane zakwethu

05/06/2023

Namhlanje ku Lovers Paradise from 9:00 - 00:00 noMsawenkosi Khuzwayo

Topic: Umbona kanjani umuntu othandana naye ukuthi kukhona imfihlo anayo kodwa engafuni ukuyikhuluma nawe?

Hlala nathi ku Umoya 101.9 FM 101.9 Fm

0698574778

Nakhu nginenkinga zingane zakwethu ngiphuze nanka amaphilisi bengiphethwe ikhanda ngithathe 2 manje la engiwathathe khon...
24/05/2023

Nakhu nginenkinga zingane zakwethu ngiphuze nanka amaphilisi bengiphethwe ikhanda ngithathe 2 manje la engiwathathe khona ngiwantshontshele ubhuti wami manje akusalaleki

Ngenze njani

Silithimba le LOVERS PARADISE sidlulisa ukubonga kuwe mlaleli nomlandeli wo UMOYA101.9FM ngokusixhasa kuloluhlelo olunge...
23/04/2023

Silithimba le LOVERS PARADISE sidlulisa ukubonga kuwe mlaleli nomlandeli wo UMOYA101.9FM ngokusixhasa kuloluhlelo olungena njalo ngoMsombuluko no Lwesibili ngo 9:00pm to 00:00am.

Ngenxa yokwenyuka yesibalo sabalaleli baloluhlelo lwezithandani kulomsakazo wakho, iThimba le Lovers Paradise libone ukuthi kungaba umqondo omuhle ukuba livulele ithuba kuwo wonke ama Amaciko (Artists) angafisa ukuba ingxenye yaloluhlelo. Ngaba uyi:

1. Imbongi (enezinkondlo zothando)

2. Umculi (Wezothando RnB Music Afro Pop Music, Soul Music, Soft Rock Music)

3. Umbhali wezincwadi (zothando)

Uma umsebenzi wakho u recorded e Studio, makube o Registered kwa SAMRO.
Qinisekisa ukuthi ingoma yakho ayinayo
Inhlamba.
Ulimi oluqosheme.
Ukucwasa ngobulili noma ngobuhlanga.
Iba neminyaka engaphuzulu kuka 18 years ngoba loluhlelo olwezithandani.

Sizimisele ukusiza wonke umuntu onesifiso sokuyisa umsebenzi wakhe phambili.

Qhubeka nokulalela umsakazo wakho 24/7

For more information
WhatsApp us on 0711361236
Email : [email protected]

Siyabonga

Regards

Lovers Paradise Team

17/04/2023

Umoya 101.9 FM Msawenkosi Mhlonishwa Msawenkosi M

17/04/2023

Yini edala ukuthi obaba bethande kakhulu izingane zamadodakazi kunezingane zamadodana abo?

Ungakhohlwa 9pm to 00am Lovers Paradise
NoMsawenkosi Khuzwayo

Umoya 101.9fm

11/04/2023
10/04/2023

Molweni

Njalo ngoMsombuluko no Lwesibili from 9:00 to 00:00am

Sikhuluma ngezinto ezithinta uthando nocansi.

Namhlanje
9:30pm Makoti vs Mamezala
9:55pm Motivation with Brian Ngcobo
10:15pm S*x Workers
10:30pm Sinodaba lowesilisa othandana nomzala wakhe
11:00pm ikhona imbongi yethu
11:15pm Ikhona intombazanyana ethi isicabanga ukukhupha isisu ngenxa yosizi ebhekene nalo.

Hlala nathi ku UMOYA101.9FM
Send your comments or Call 069 857 4778

09/01/2023

MOLO MHLOBO WAMI

Siyabonga ngokusixhasa ngasosonke isìthathi, silithimba le Lovers Paradise sithanda ukufisela wonke umuntu unyaka omusha onezibusiso.

Khumbula ukuvula I Radio yakho ngoba uMsawenkosi Khuzwayo usephakathi

From 9 to 00:00
Monday and Tuesday
Ikhona imotivation no Brian Ngcobo
Akhona ama S*x workers
Namhlanje sixoxa ngesifo sokushaya iqhude kumuntu besilisa
Ikhona Ne RNB Mix yethu namhlanje

Regards

Lovers Paradise Team
Umoya 101.9 FM
076 383 9175

21/11/2022

Sikhuluma ngokuthi
Wake walahlekelwa izinto ezibalulekile empilweni yakho ngenxa yokujaha uthando.?
Ungamluleka umuntu ombonayo ukuthi uwela kulesimo?

Lovers paradise with Msawenkosi Khuzwayo and AceThamessAnger
From 21:00-00:00.

Address

Durban

Telephone

+27711361236

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lovers Paradise Emzansi Africa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Organization

Send a message to Lovers Paradise Emzansi Africa:

Share