11/06/2026
📢 Sukuma nawe muntu omusha wase Maqongqo!
Mkhambathini Local Municipality
Nali ithuba elivulekile kuwe ungasali ngaphandle! Faka isicelo ku-SA Youth Mobi namuhla.
Njenge Nathi Youth Development Foundation (NYDF), siyajabula ukumemezela ukuthi lolu hlelo lwentsha selusabalel nakwezinye izifundazwe. Sithi kubo bonke abantu abasha baseNingizimu Afrika: nali ithuba lifikile ngenyanga yenu, sebenzisani lona!
Apply today Follow our page ukuze uhlale uthola amanye amathuba avelayo , Share this post ukuze ifinyelele kwabanye abantu abasha
Namuhla siphinde sisekele iqembu lesizwe 🇿🇦
⚽ ⚽ halala Bafana Bafana!
:::