30/03/2026
laphake silapha engoba umhlaka 28 ku march 2026 umnumzane u UZAMLANDELA KHUMALO Ushlalo we NFP OKHAHLAMBA UPHINDE ABE U speaker ku mkhadlu OKHAHLAMBA aphinde Abe ikhansela laku ward 3.
ubekhande enkulu I tournament yezemidlalo I tournament yabeslisa nabesfazane ebe impumelelo kakhulu Kwabe bhola lezinyawo u Number 1 bekhala emuka nesamba sika (8000 Kanye nendebe jersey Kanye namabhola) u number two ethola 2000
bese kuth wabesfazane umqakiswano u number 1 ube muka no 3000 I jersey Kanye nendebe ne bhola, u number two ethola u 2000
uzokhumbula ker kuth kule tournament Ama team Abe joyina mahhala hhaa.
siyabonga kakhulu ku NFP KANYE ne Zamlandela foundation 🧡🧡🧡🍊🍊🙏
Ukhahlamba Municipality
Ukhozi Fm
Department of Sport, Arts and Culture
SA Youth