25/03/2026
Uma unesihlobo esigqoke kanjena namhlanje, usisi lona uthi usuke Empangeni namhlanje ekuseni weza eThekwini ezofuna umsebenzi...uthi ubehamba EMA e gatin e La mercy eThekwini acele umsebenzi wasendlini bamtshele uma ungekho, uthi ufike komunye umuzi kwathiwa akalinde... umnikazi womuzi uvele wamthela ngamanzi abilayo washa
Uma umazi ufonele 0861234333