Mtunzini Reading and Writing Club

Mtunzini Reading and Writing Club Mtunzini Reading and Writing Club inhlangano ebhekelele ukufundisa nokuthuthukisa ulimi lwesiZulu, ubuciko, amasiko kanye nokucija ngamakhono ababhali

Mtunzini Reading and Writing Club inhlangano ebhekelele ukufundisa nokuthuthukisa ulimi lwesiZulu, ubuciko, amasiko kanye nokucija ngamakhono ababhali beZinkondlo, Amanoveli, Izindaba Ezimfishana, Kanye neMidlalo yeShashalazi nokubalekelela ukuba umsebenzi wabo ushicilelwe udayiswe. Simema bonke ababhali nabanentshisekelo yokufunda nokucijwa ngamakhono okubhala bahlanganyele babeyingxenye yenhlangano yethu ukuze siqhubekele phambili sibe ngababhali abaphumelele nabadumile.

Maciko sekunjalo ayilwe ngamabhuku.Asihlangane eHlakaniphani High School ngo-9 ekuseni ngomhla ziyi-06 /07/2022.Impi ✊ i...
29/06/2022

Maciko sekunjalo ayilwe ngamabhuku.

Asihlangane eHlakaniphani High School ngo-9 ekuseni ngomhla ziyi-06 /07/2022.

Impi ✊ isembhalweni 🗒️🖋️

09/11/2019

Ngibingelele babhali

Ngithatha leli thuba ukubonga ukubambisana okuhle endimeni yepeni nephepha.

Umbiko:
Umnyango wezobuciko namasiko ucela laba abalandelayo ukuba uhlanganyele kanye nabo emcimbini wokuklonyeliswa kwabenze kahle ekubhaleni idrama
1. Ntobeko Jali
2. Duduzile Zungu
3. Khayelihle Mnguni
Umnyango uzobahlelela izithuthi nokunye. Bazolandwa eHlakaniphani SS School.

Usuku: 27 kuLwezi 2019
Isikhathi: sizoshiwo.
Umcimbi uzoqala mhla ziyi-27 uze uphele mhla ziyi-29 kuLwezi.
Kuzoba yintokozo ukuphumela kwamalunga emcimbini kumnyango.

Ozithobayo
Yimina owenu
Usihlalo (Ibamba)

Live with tremendous well known authors
11/10/2019

Live with tremendous well known authors

09/10/2019

Ngiyanibingelela Bahlobo



Ngokuthunywa uMphathi wakwa-Arts and Culture, uMapholoba. Sicela ukunimema kumncimbi obizwa nge- Poetry Africa ozobe use-King Cetshwayo, eRichards-Bay

Mhlaka: 11 October 2019

Indawo: Richards- Bay (sisazoqinisekisa ukuthi ikuphi nayo)

Isikhathi: 10:00 am



Isizathu sokuthi simeme amaClub enu ingoba sizoninika ithuba lokuhaya izinkondlo umuntu ngamunye ophuma kwiClub ngayinye. AmaClub azobamba iqhaza ilawa alandelayo: Izingcweti, uMthombo Wolwazi; INtambanana, Insika Yentsha, uMthunzini kanye ne-UNIZULU. Sicela iClub ngayinye iqoke amalungu ayi-12 azowamela ngokuhala izinkondlo. Ngalolu suku singuMnyango waka Arts and Culture sizonihlinzeka nge-Transport, ezonisusa lapho enizobe nisuka khona iphinde inibuyisele kanye nokuya ngasethunjeni ngosuku lomcimbi.



Ngiyacela niphendule uma senihlelile mayelana nalesi simemo kusaneskhathi, ukuze senze izinhlelo.



Ngiyabonga

Nozipho Mbanjwa

(072 214 8335)

15/09/2019
Masihlangane Youth DevelopmentProudly present THE 2nd ANNUAL YOUTH ART AND CULTURAL FESTIVAL 23 September 2019  Communit...
15/09/2019

Masihlangane Youth Development
Proudly present
THE 2nd ANNUAL YOUTH ART AND CULTURAL FESTIVAL

23 September 2019 Community Hall
Time : 9 am till 17:00pm

Competition for:
Poetry
Dancers
Ingoma yezinsizwa nezintombi
Maskandi
Hip Hop
Gospel

Joining Fee R100 per category

Young people will be battling it out showcasing thier talent and embracingregnancy, Drugs and substance abuse, crime, calling for an end in the violence and killings of women and children. their heritage and culture.

Entry is free
We will raise an awareness on Teenage p

Masihlangane Youth Development
Proudly present
THE 2nd ANNUAL YOUTH ART AND CULTURAL FESTIVAL

23 September 2019 Community Hall
Time : 9 am till 17:00pm

Competition for:
Poetry
Dancers
Ingoma yezinsizwa nezintombi
Maskandi
Hip Hop
Gospel

Joining Fee R100 per category

Young people will be battling it out showcasing thier talent and embracing their heritage and culture.

Entry is free
We will raise an awareness on Teenage pregnancy, Drugs and substance abuse, crime, calling for an end in the violence and killings of women and children.

Osonkondlo niyamenywa
15/09/2019

Osonkondlo niyamenywa

Umcimbi wakwa Arts and Culture onyakeni wezi 2018
15/04/2019

Umcimbi wakwa Arts and Culture onyakeni wezi 2018

03/12/2018
24/10/2018

Ngibingelele kumalungu ahloniphekile

Isaziso:
Kumenywa laba abalandelayo ngumnyango wezobuciko namasiko ngenxo yokusebenza ngokuzimisela bengenela umncintiswano wezindaba ezimfushane emqhudelwaneni wezobuciko namasiko
1. Fisokuhle Zulu-Izothiwani-lento
2. Bhekih Bzt SA Mthethwa- Inkimbinkimbi
3. Khayelihle Mnguni - Isheke
4. Ntobeko Jali- Isikhwama

Bonke abangenhla bamenywa nguMnyango wezobuciko namasiko, eThekwini (DCC).
Kusukela Mhlaba-11-12 November 2018
Bazohlelelwa into yokuhamba, behanjiswe beyiswe kwinkomfa. Bazolaliswa ehhotela mahhala ngenxa yemisebenzi yabo emihle bese benuyiswa.

Ngiyabonga
Ozithobayo

Usiba AGM
25/11/2017

Usiba AGM

Address

PO Box 1616
Mtunzini
3867

Telephone

+27764182553

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mtunzini Reading and Writing Club posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share