20/11/2024
: OUR SUCCESS IS ON OUR EDUCATION:
Si south african disabled student association sithanda ukucela abazala bezingane ezi Disabled ezihleli emakhaya ezi under 21 iminyaka ukuthi basukume unyaka ungakaphela bayozibhalisa ezikoleni zabantu aba disabled ukuze nazo zikwazi ukuthola imfundo ezokwenza ikusasa lazo liqhakaze
Uma ufuna ulwazi ngezikole ukuthi zikephi futhi zitholakala kanjani izikhala zokufunda ungaya kuleminyango ka Hulumeni elandelayo
Department of education
Department of social development
Noma uxhumane nathi sikuyalele kalula ngoba isifiso sethu njange nhlangano ukuthi sibone iningi lethu njengabantu aba disabled lifundile futhi liqheqheshekile njengabanye abantu bakithi esiphila nabo ngakho siyacela sibambisane ndawonye ukwenza leliphupho lethu lifezeke
🙏We all deserve equal exclusive education and equality to employment opportunities 🙏
We Thank You
0817708710