04/07/2026
Usuku ekade lilindiwe lokuvotela umuntu enimbona engaba ikhansela lase ward 78 ikusasa ka K eHall
Uma uvota la
ZWELIBANZI HIGH SCHOOL
MBONINI PRIMARY SCHOOL
THOLISU PRIMARY SCHOOL
KWAMGAGA HIGH SCHOOL
VUMOKUHLE PRIMARY SCHOOL
K Hall
Kusasa ngo 9am phatha Umazisi wakho uqinisekise ukuthi uyovotela umuntu ombonayo ukuthi uzokwenza okufiswa umphakathi waka J no K
Indawo ekuzobanjelwa kuyona umhlangano kuzoba ka K e Hall, ngicela niqinisekise ukuthi nigcina isikhathi, lomyalezo ngicela niwudlulise kuwona wonke umhlali wakwa J no K
Phatha Umazisi wakho kuphela
Please Share