Umkhuleko

Umkhuleko Syakhuleka, khulekisana, sichaza amaphupho nokunye nokunye.

Isikhumbuzo Senkosi Inyanga Yezulu!🛐
25/09/2025

Isikhumbuzo Senkosi Inyanga Yezulu!🛐

24/09/2025

isdalwa sakho siyamletha umuntu westhathu othandweni lwenu uma simbona lo onaye ukuthi akakulungele lomuntu omusha ulethelwe ukuzo blocker lo ongafunwa isdalwa,

uzithole usuthandana nalo omusha afike enze kakhulu akuphathe kahle uku nalo othandana naye omdala inhliziyo yakho isuke kuye ubheke lo omusha umshiye lo omdala utholukuth lo omusha ubengalethelwanga ukuthi nakhe umuzi nishade ubezosusa loya wokuqala athi ukuhlala lo omusha nithandane kube mnandi nihloniphane uzitshele impela ukuthi niya emshadweni bese bemsusa naye angan vele ubengazile ukuzokwakha ubezoxosha loya amficile iskhathi sakhe naye lomusha sisuke sesphelile nomsebenzi athunyelwe wona usuphelile

Ziningi ke izizathu ezenza isdalwa simxoshe umuntu ngezindlela eziphansi❤️🛐

Express Employment is a recruitment agency in Durban ihlale iqasha from General Workers,  Drivers, neminye eminingi, iqa...
23/09/2025

Express Employment is a recruitment agency in Durban ihlale iqasha from General Workers, Drivers, neminye eminingi, iqashela ama companies ahlukene around KZN

DETAILS:
Email: [email protected]
Website: www.expresspros.co.za
Address: 101A Jan Hofmeyr Road, Westville.

At Express Employment Professionals our Mission is to help as people find good jobs by helping as many clients as possible find good people.

Tailormade Solution in Durban ifuna ama Code 14 DriversMust have PDP Email CVs to: phindile.g@tmskpi.comClosing Date: 26...
23/09/2025

Tailormade Solution in Durban ifuna ama Code 14 Drivers

Must have PDP

Email CVs to: [email protected]

Closing Date: 26 September 2025

As one of the foremost recruitment agencies in Southern Africa, Tailormade Solution has served with distinction for more than a decade, sourcing high-calibre permanent, contractual and temporary placements for national clients. 

23/09/2025

Abasethekwini Mabathumele Uma uthumelile Sazise Sikukhulekise, uNkulunkulu Akukhumbule Nawe❤️🛐

BLUFF in Durban at West Street ithatha ama CVs

📧 Email CVs to: [email protected]

23/09/2025

izinto azilungi nje yingoba unenhliziyo elikhuni nomona,..

zijwayeze ukwenza izinto Ezinhle kubantu baze bethi "Ngyabonga/Inkosi ikubusise", ezinye zezono zokhokhobethu ziyaxolelwa ngalawo mazwi!❤️🛐

23/09/2025

Abenza Geography Sicela ukubuza yini igama leziNkanyezi ezibela if ade ushawa ngempama?😩

23/09/2025

Umlomo uyadala...Ezinye izinto zidinga ukukhulunywa ukuze zilunge Amen🛐

23/09/2025

Asijwayele ukukhuluma izinto Ezinhle ngemlomo yethu ukuze Mase sithandaza kusheshe kuzwakale kumenzi Wezulu Nomhlaba ❤️🛐

22/09/2025

Ungabuki omunye ukuth wenzani ngoba awazi ukuth ukhulume Nini nonkulunkulu wakhe!�

22/09/2025

Sanibonani ekseni Ningakhohlwa ukubonga nje ukuphila kungumusa kaNkulunkulu luyomthokozisa naye Amen

22/09/2025

Inhlalisuthi YoNyazi���

Address

Madlankala
Esikhawini Township
UNKULUNKULUNOMTOMUSHA

Telephone

+27687066746

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umkhuleko posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share